uMashatile Uphikisana nezifisi zeDA ngodaba lomthetho sisekelo iBela act.

Usekela mongameli uMashatile, ebekhuluma emcimbini wesifundo ngomlando ka Steve Tshwete Obungempelasonto E Eastern Cape. Usekela mongameli uthe iANC iyaphikisa nokuthi kunyulwe kungashicilelwa ezinye zezigatshana zalomthotho ezingaphansi kwe-Bela act.

Iqembu le DA lifuna kutshintshwe isigaba salomthetho esiphuca amandla isigungu sahulumeni ezikoleni ekuba sizikhethele ukuthi ubani athathwayo uma kufakwe izicelo zokufunda. Okunye abakuphikusa nakho ukuthi isikhungu zahulumeni ezikoleni zizikhethele ulimi okumele isifole lulusebenzise lwezemfundo. Ngokwe Bela act unyango wezemfundo uwona ozothatha izinqumo uma usuthole izathulo isigungu sahulumeni zezikole

Umongameli U Cyril Ramaphosa uye wasayina ngo September iBela act kodwa wathi ake kuxoxwe ngalezigatshana ezimbili (clauses, 4 and 5). Umongameli unike iphalamende ithuba lezinyanga ezithathu ukuba baphume nesombululo kukhona amaqembu aphikusana ngakho. Iqembu le DA lisamile ekutheni azingashicilela emabhukwimi esishaya mthetho lezigatshana zomthetho,

Mashatile uthe uhulumeni akakasithathi isinqumi ngololu daba kodwa iqembu leANC libona zibalulekile lezigatshana zomthotho ukuthi ziqale maduze ukusebenza.

Related Posts

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *